(Go: >> BACK << -|- >> HOME <<)

Jump to content

Intwasahlobo

Mayelana Wikipedia
Revision as of 13:26, 17 uMbasa 2019 by 41.115.93.195 (inkulumo)
(umehluko) ← Isibuyekezo esidala kunalesi | Latest revision (umehluko) | Newer revision → (umehluko)

Intwasahlobo isikhathi sonyaka emva kobusika lapho sekuqala khona ukunetha izimvula, nemvelo okubalwa kuyo utshani nezihlahla ziba luhlaza zibe nezimbali ezinhle. Ngaso lesi sikhathi futhi izimbali ziyaqhakaza. Kulesi sikhathi ngoba kususke sekukhona izimvula, abantu babuyela emasimini baye kolima.