UKhisimusi

Mayelana Wikipedia
The printable version is no longer supported and may have rendering errors. Please update your browser bookmarks and please use the default browser print function instead.

USuku luka Khisimusi (IsiNgisi: Christmas Day) isikhathi esiletha injabulo kubantu abaningi. Lesi sikhathi senza ukuba kube khona ukuhlangana nemindeni okudala yagcinana, kuphunyulwe, futhi kuncokolwe. Kubazalwane ukhisimuzi usho usuku lapho uJesu Khrestu azalwa ngalo.Uma sokusondele lesi sikhathi sibona ngemihlobiso emihle futhi ehlukahlukene emigwaqeni, ezitolo, nasemakhaya.