(Go: >> BACK << -|- >> HOME <<)

Jump to content

IsiZulu: Difference between revisions

Mayelana Wikipedia
Content deleted Content added
No edit summary
Tags: Ukuhlela okwenziwa kumakhalekhukhwini Ukuhlela okwenziwe ngomakhalekhukhwini
No edit summary
Tags: Ukuhlela okwenziwa kumakhalekhukhwini Ukuhlela okwenziwe ngomakhalekhukhwini
umugqa 2: umugqa 2:




Zulu /ˈzuːluː/, noma '''isiZulu''' wulimi lwabantu base Ningizimu, nabayi ngxenye yama Nguni.
Zulu /ˈzuːluː/, noma '''isiZulu''' wulimi lwabantu base Ningizimu, nabayi ngxenye yama Nguni. Lukhulunywa eNingizimu neAfrika. Abantu abakhuluma isiZulu babizwa ngama Zulu.

Lukhulunywa eNingizimu neAfrika. Abantu abakhuluma isiZulu babizwa ngama Zulu.


Lalela ke; isiZulu wulimi lwama Zulu. Sikhulunywa abantu abayizigidi eziyishumi nambili (12 million) abaluncela ebeleni, nabatholakala ikakhulukazi esifundazweni sakwa Zulu-Natal, eNingizimu Afrika.
Lalela ke; isiZulu wulimi lwama Zulu. Sikhulunywa abantu abayizigidi eziyishumi nambili (12 million) abaluncela ebeleni, nabatholakala ikakhulukazi esifundazweni sakwa Zulu-Natal, eNingizimu Afrika.

Isibuyekezo esenziwa nge-20:56, 31 uNcwaba 2020

Isifundazwe saKwaZulu-Natal eNingizimu Afrika lapho isiZulu sikhulunywa kakhulu khona


Zulu /ˈzuːluː/, noma isiZulu wulimi lwabantu base Ningizimu, nabayi ngxenye yama Nguni. Lukhulunywa eNingizimu neAfrika. Abantu abakhuluma isiZulu babizwa ngama Zulu.

Lalela ke; isiZulu wulimi lwama Zulu. Sikhulunywa abantu abayizigidi eziyishumi nambili (12 million) abaluncela ebeleni, nabatholakala ikakhulukazi esifundazweni sakwa Zulu-Natal, eNingizimu Afrika.

IsiZulu yilona lulimi lwasekhaya olukhulunywa kunazozonke eNingizimu Afrika (24% yabantu). Ekanti nesigamu (50%) sabantu ezweni siyaluqonda lolulimi[5]. Ngo 1994 isiZulu sabekwa njengolunye lwezilimu eziyishumi nanye (11) ezisemthethweni eNingizimu Afrika Lolu limi lusukela noma lwaqanjwa ngowayeyiSilo samabandla onke iNkosi uShaka Zulu. Lokhu kungenxa yegalelo noma iqhaza alibamba ekubumbeni isizwe esasihlukene phambilini. Ezinye zezilimi ezisukela olimini lwesiZulu singabala IsiXhosa, Isindebele kanye nesiSwati. Lezi zilimi zonke isiSwati, isiZulu, isiNdebele nesiXhosa, ziyizilimi zesiNguni. Isifunda sakwaBulawayo esise Zimbabwe naso singesinye sezifunda ezisebenzisa lolu limi lwesiZulu.

Lokhu kungenxa yokuba owayeyiNkosi yesizwe sakwaBulawayo uMzilikazi kaMashobane wafudukela khona ngesikhathi iNkosi uShaka Zulu namabutho akhe ehlasela ezinye izizwe ngenhloso yokuzifaka ngaphansi koMbuso WamaZulu (The Zulu Kingdom). IsiZulu siyakhulunywa kakhulu nakwezinye izifundazwe ezinjengeMpumalanga neGauteng. Lokhu kubonakala ngisho nasemsakazweni wesiZulu uKhozi fm, ngoba lomsakazo nawo usendaweni yesibili ngemva kwesiNgisi.

Isifunda saKwaZulu-Natal yisona esaziwa ngokuba nenani eliningi labantu baseNingizimu Afrika noma e-Azaniya (Azania) abasebenzisa lolu limi lwesiZulu. Zikhona nezincwadi ezishicilelwe kusetshenziswa lolu limi esingabala kuzo IBhayibheli (The Holy Bible), Imiqulu Yamalungelo (Bill of Rights) kanye nencadi yoMthetho Sisekelo (Constitution).

IsiZulu siwulimi lokuqala ezilimini ezisetshenziswa kakhulu eNingizimu Afrika ngokophenyo ngokusetshenziswa kwezilimi eNingizimu Afrika langonyaka wezi-2009.